Ngidliwa isilwane esiswini unyaka nonyaka siyabuya
32,843
Publicado 2024-06-03
Todos los comentarios (21)
-
Bhuti uthi usemaflatini egoli bengicela ukukuyalela ewolmarans noclaim apho kubhalwe kwaMama kusasa singakusiza asihlulwa lutho kumele uyoyikhipha emva ekhaya woza kusasa nzobe ngikhona nzokusisa izokhitshwa londoda elapho kuwe
-
Siyefana nami nginjalo mina nginuka umlomo bathi nginuka ikaka ngihlala ngedwa zwi
-
Buyela kumndali wakho weBhuti, ngeke uluthole usizo ngyakutshela futhi ungamxubi ngalutho, ukholo lwakho lungabi nakho ukungabaza. PHUMA NJE IMPELA kubanttu abadaliwe ubuyele kumndali wakho
-
UJesu umahhala bhut wam waze wabuhlungu umoya wami Ngyafisa ufune ibandla ekuthiwa I Gospel uhlanganyele nabo uze ululame sengath uMusa kaNkulunkulu ungakuphilisa mfowethu🎉🎉🎉
-
Thina bantu bamnyama sikhohlakele. Umfakelani omnye umntu into enje, ufuna aphile kanjani?
-
Mmm cela ufune bandla ekuthiwa FCI ethekwini noma ulalele 1 kzn ngo 7 ntambama ngesonto
-
Ngicela ungiyalele kulomuntu okuchathayo nami nginenkinga ecishe ifane sazesahlupheka emhlabeni
-
Akukho okuhlula uNkulunkulu mele uthandaze bhuti
-
Yhooo bantu...UPHILE bhuti🕯🕯🕯🕯💐
-
Hamba uye KuShembe uNyazi lweZulu unikele ngemali onayo. Uzosinda bhuti. Ukugibela nje uye la iNkosi ikhona izoya eLindantonga kwaNongoma bese ufike unikele ngemali onayo ubike usizi lwakho. Kubuhlungu khona ukugula kwakho kuzophela ma usufika kuShembe
-
Bantfu bhuti batawudlala ngawe kuna Jesu umahhala uyasindzisana uyaphilisa mbamba mfowethu akabhicwa yena yedvwa khohlwa ngetinyanga ikhona inyanga lengetulu kwetinyanga THERE'S GREATER POWER MY BROTHER LIGAMA LAJESU LODVWA LESIPHATSISWE LONA LODVWA LINEMANDLA LIYAPHILA❤
-
Aish istory sakho siyafana lesami sengiphelwe lithemba shame lento ibuhlungu kakhulu sikhala sibanengi. But mna ngathonga lapho okumele ngyesuswa lenyoka esesiswini sami.
-
Dr Ngema Ethekwini angakusiza😢imithi yakhe 100r ilapha kwasani. Call upon the name of Jesus all the time,you are healed in Jesus name.
-
Baze badlala ngathi abantu emhlani Nkosi jesu sala usubuya Baba😭🙏
-
The Revelation spiritual home Shona Khona bhuti ngeke uzisole ngase Faraday opposite me BP Garage ufike ulibeke udaba lwakho awukhokhi lutho ngiyazi uzophila hamba mfowethu akhomntu ongaphila kanje shesja plz
-
Mhlampe lento igujelwe ekhaya kufanele nizame nokukhipha nasekhaya
-
ubhuti ngazuthi ulandelwa umuntu owashona ngesandla sakhe, bakubo lowomuntu bamuthwesa yena, kodwa angisho kuthi kunjalo kodwa kuvela kanjalo kimi 😢😢 I hope he can get help soon 😢😢
-
Lento ngiyayazi ngiyazi kakhulu ngesnhcwangcwa neyingxabano nje la osuke ukhona ungcina usuhlala wedwa ungafuni abantu intombike vele ukhohlwe eyi inzima lento bafo nami ngahamba abantu angazi ngasindakiphi ngoba ma usinda ungalindeli kuthi konke kuzobuyela esimele awuphindi nje ubuyele kodwa kubancono
-
Mina ngibona ngathi uBhuti angaya e clinic bakwethu , sometimes size sife subulawa izifo ebezingalapheka e Sbhedlela ,ayo kwenza I check up wonke umzimba ame ngeMithi bakwethu
-
Mmmm kunzima bhuti" kodwa ngoba uyinsizwa uyakwazi ukuzikhulumela ngikufisela inhlahla usizakale