Ngidliwa isilwane esiswini unyaka nonyaka siyabuya

32,843
0
Published 2024-06-03

All Comments (21)
  • @zolekangwane306
    Bhuti uthi usemaflatini egoli bengicela ukukuyalela ewolmarans noclaim apho kubhalwe kwaMama kusasa singakusiza asihlulwa lutho kumele uyoyikhipha emva ekhaya woza kusasa nzobe ngikhona nzokusisa izokhitshwa londoda elapho kuwe
  • @EdmontDamane
    Siyefana nami nginjalo mina nginuka umlomo bathi nginuka ikaka ngihlala ngedwa zwi
  • @johnmkhabela9275
    Buyela kumndali wakho weBhuti, ngeke uluthole usizo ngyakutshela futhi ungamxubi ngalutho, ukholo lwakho lungabi nakho ukungabaza. PHUMA NJE IMPELA kubanttu abadaliwe ubuyele kumndali wakho
  • UJesu umahhala bhut wam waze wabuhlungu umoya wami Ngyafisa ufune ibandla ekuthiwa I Gospel uhlanganyele nabo uze ululame sengath uMusa kaNkulunkulu ungakuphilisa mfowethu🎉🎉🎉
  • @tl3482
    Thina bantu bamnyama sikhohlakele. Umfakelani omnye umntu into enje, ufuna aphile kanjani?
  • Mmm cela ufune bandla ekuthiwa FCI ethekwini noma ulalele 1 kzn ngo 7 ntambama ngesonto
  • Ngicela ungiyalele kulomuntu okuchathayo nami nginenkinga ecishe ifane sazesahlupheka emhlabeni
  • Hamba uye KuShembe uNyazi lweZulu unikele ngemali onayo. Uzosinda bhuti. Ukugibela nje uye la iNkosi ikhona izoya eLindantonga kwaNongoma bese ufike unikele ngemali onayo ubike usizi lwakho. Kubuhlungu khona ukugula kwakho kuzophela ma usufika kuShembe
  • @LozazaStewy
    Bantfu bhuti batawudlala ngawe kuna Jesu umahhala uyasindzisana uyaphilisa mbamba mfowethu akabhicwa yena yedvwa khohlwa ngetinyanga ikhona inyanga lengetulu kwetinyanga THERE'S GREATER POWER MY BROTHER LIGAMA LAJESU LODVWA LESIPHATSISWE LONA LODVWA LINEMANDLA LIYAPHILA❤
  • @zanelencube8003
    Aish istory sakho siyafana lesami sengiphelwe lithemba shame lento ibuhlungu kakhulu sikhala sibanengi. But mna ngathonga lapho okumele ngyesuswa lenyoka esesiswini sami.
  • @prettyndlovu9951
    Dr Ngema Ethekwini angakusiza😢imithi yakhe 100r ilapha kwasani. Call upon the name of Jesus all the time,you are healed in Jesus name.
  • @user-kn3fo8no8t
    The Revelation spiritual home Shona Khona bhuti ngeke uzisole ngase Faraday opposite me BP Garage ufike ulibeke udaba lwakho awukhokhi lutho ngiyazi uzophila hamba mfowethu akhomntu ongaphila kanje shesja plz
  • @nomsathwala4329
    Mhlampe lento igujelwe ekhaya kufanele nizame nokukhipha nasekhaya
  • @mavisradebe5334
    ubhuti ngazuthi ulandelwa umuntu owashona ngesandla sakhe, bakubo lowomuntu bamuthwesa yena, kodwa angisho kuthi kunjalo kodwa kuvela kanjalo kimi 😢😢 I hope he can get help soon 😢😢
  • Lento ngiyayazi ngiyazi kakhulu ngesnhcwangcwa neyingxabano nje la osuke ukhona ungcina usuhlala wedwa ungafuni abantu intombike vele ukhohlwe eyi inzima lento bafo nami ngahamba abantu angazi ngasindakiphi ngoba ma usinda ungalindeli kuthi konke kuzobuyela esimele awuphindi nje ubuyele kodwa kubancono
  • @bongythwala9840
    Mina ngibona ngathi uBhuti angaya e clinic bakwethu , sometimes size sife subulawa izifo ebezingalapheka e Sbhedlela ,ayo kwenza I check up wonke umzimba ame ngeMithi bakwethu
  • @user-ce3lh8iv1y
    Mmmm kunzima bhuti" kodwa ngoba uyinsizwa uyakwazi ukuzikhulumela ngikufisela inhlahla usizakale