Ngadlwengulwa umama kamngani wami | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP60

207,463
0
2024-06-03に共有
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko

コメント (21)
  • Angiphathekanga kahle, neze, ngendlela loludaba niluqhube ngakhona. Umfana ukubeke wakucacisa, futhi nenkulumo yakhe ikucacisile, ukuthi udlwenguliwe. Uma bekuyintombazane, ngabe azange nimoshe isikhathi kodwa benizoqhubekisa udaba emaphoyiseni. Kodwa ngoba umfana, anikhulumi lutho ngokuthatha izinyathelo ngendlela yomthetho. Please do justice to this matter. That woman must face the consequences for her action because it is evident that the boy has been put throuh some traumatic experience
  • @MLUE444
    Very brave to talk about it openly ... 🙏🏽 I hope he finds healing 💚
  • Yhooo saze sabola isalukazi Jesuuuu💔💔💔kodwa kuyayiwa ezulwini
  • Abantu abadala shame u Nkulunkulu uzozibonela ngabo, abesilisa nabesifazane😢ngicabanga ukuthi umngani wakho nosisi wakhe bayazi imikhuba ka mama wabo yingakho bakufihla kuye mhla ufika.
  • Phephisa mfanwami,it's Soo sad that an elderly woman can actually take advantage of such a young boy😢😢😢plz arrange intensive counselling for the poor child.May God be with you and help you to heal❤❤❤
  • South Africa, ooh what a country. Cry the beloved country. Zinke izinto zenzeka kulelizwe lokhokho, eey
  • Saze sakhohlakala isalikwazi 😭😭 justice for this young man
  • @ZoliswaBaleni
    Aibo thixo amadoda engaka ingane ewumzukulu wakhe jesu kunzima kulomhlaba xolo ngane yami phephisa udoti logogo aibo laphela izwe lase south Africa yey😢😢😢😢
  • 😮😮😮Askies bb you'll heal soon my God make you strong akunzima Jesus
  • Hlonipha uyihlo lonyoko ukuze insuku zande ezweni ❤. Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge...
  • Ingane inamahloni ngisho okusho into enzima kanje lo mama bekumele aboshwe ukhohlakele
  • @mondise574
    Dear Mphathi sicela nilulandelele loludaba umfana abuthole ubulungiswa ,lomama aboshwe💔😭, u boy please athole usizo ngokomqondo Yaze yabuhlungu inhliziyo yam phephisa ngane yam ❤
  • Umthakathi kagogo lo, unenhliziyo embi. Ngiyambongela lomfana ngokuba nesibindi sokukhuluma ngalesisehlakalo. Uyidinga ngempela icounseling, siyabonga Blaqlife.